×

Log In

×
UserName:
Password:



Forgot Password?

×

Reset Password

×
e-mail:

×

Sign Up

×
e-mail:
UserName:
Password:

Lyrics



Dr Mavibes - Umlilo ft Various Artists Lyrics



chorus
Lomlilo uzunga wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga wothi
Ngyak'khuza ungang'lokothi (Yeah)
Lomlilo uzunga, wothi, wothi, wothi
Lomlilo uzunga, wothi, wothi, wothi

verse 1
Ngikwi traffic bayang'qalaza
Bayang'gogora
Press'ibutton vali fastela
Buka idrip yami dali
Buka idrip yami dali
Ifana nemvula may' land kuthayela
Inkosi Yoshuni yathatha umbhaqanga
Yawphendula istayela
Mang'gfika entombini zing'phenyela ikeyti
Njengama fayela…yeah
Mina ngiy'lento engaphakathi
Wena uyidoshi lamentshisi
Bathi lesdwedwe usthathaphi
Khal'abafana e-Paris
After iLockdown mang'perfoma
Irider iza nomakhenikha
Ngoba mang'qeda uk'perfomer
K'zonqamuka ofenisi
Ingoma zethu z'yalandelana kuma charts njengama nkinobho
Bangibuza ukuthi yini loy'phethengesandla
Ngathi mina iHip Hop
Zonke izinsuku ng'zoconsa njalo mina k'yoze kukhale amacilongo
Udlala nami k'yomele ugade ngoba wena uzozwa ngeShibobo

verse 2
Siphethe umculo apha ekhaya siphethe iHip Hop
Siphethe uNkulunkulu macala silwa nemimooooya
Awu Fani Madida bhuti siyabadida
Sibavulela amarhoba oonondaba siyabadida!
Sizinyathela intloko zonke iinyoka siyazigqhiba
Sityhala sizinyathela amaxhoba siyawagqhitha
Iimpahla zinamaqhosha
Izitulo zinama soka
Sityhala sizinyathela amaxhoba siyawagqitha
Estudio ziyaqhola
Ambitiouz iyamosha
Sityhala sizinyathela amaxhoba siyawagqitha
Nge weekend si topper ama charts ingoma ziyalandelana
Thina asithandi uthetha iAE team uzoyenzani
Nge weekend si topper ama charts ingoma ziyalandelana
Thina asithandi uthetha iAE team uzoyenzani

chorus

verse 3
Sengzoflexa ama biceps
Run the game buka i-tricep
Ngizwa kuthiwa bangfuna ngifile ingakho i-location i-private
Mina ntwana ungangbhayizeli
Pull up manje ejaldini
Ngcel'iblekfasi kwinsayza
Nginhlukanise ngathi hyphen
Baby ungasabi
Intwana Ipheth' i-plan
Khohlwa, labafana
Upheth'ukant tholakala
Intwana efike nomswenko nestradi
Shunqisi okwempheph' iganja yeah
Kvuka abaphansi
Jy moet verstaan
Nkosi yam thethelela
Nabantu abantu bazophela
Buka babulawa umona
Mina ngizoqedela
Ngyabanyathela bayitebhisi
Stick game iwumentshisi
Ongane bayanginamthela
Senda imoji yepentshisi

verse 5
Sishaya ucothozo mfana phekwe beat engathi eya-orkanti
Waw'gcina nini ushuni othi mudlala ku-jayive ngisho isalukazi
Kuthiwa Isoka Ilona eliphethe uJuice nonemenayidi
Drip yam inom'hlakatsi kanti lomfana ugeza ngani
Ama-hit asemaningi manje Ngathi se kune surplus
Isoka eligadla nge beat ligadle nge hook
at the same time
Ngifika entombini kumele kubemanzi ngathi ugadasi
Ababize iHollard, ngabo sobulala kwasani
Yeses, ngihamba ngiqoqa imendlela
Ngi careless, Intombi angiyisheli ngiyayikhemesa
Mina ngi owner uyi tenent
iC.E.O eyi mananger, ku wallet wami zilele

chorus